Abantu abayingandawonye bengemanzi meaning?

Abantu abayingandawonye bengemanzi umusho wesizulu lona ochaza ukuthi abantu angeke bahlale bevumelana ngento eyodwa, ake ngichaze ngithi abantu babona izinto ngendlela eyahlukene, isibonelo: ngingabona intombi edudule enezitho, bese ngihlebela umngani wami ngithi yaze yayinhle intombi, umngani wami athi hayi suka ayiyinhle lentombi. Usukaphi lombhalo na? Amanzi ahlale eya endaweni eyodwa wonke, uma ubheka emvuleni amanzi ahlale ehla nomfula, noma kunetha amanzi ayehla aye kongenela emfuleni, nawo amanzi asemfuleni wonke ayahamba aye olwandle, ahlale eya ndawonye amanzi. Kodwa uma ubheka abantu bahlale beya ezindaweni ezahlukene bephambana ubusuku nemini.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Iziwasho nemithi

Izithakazelo

Izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo